Ngabe NgingumKristu Wangempela Yini? (Mike McKinley)

R80,00

UMike McKinley uthatha abafundi ohambweni lokuthi kusho ukuthini ukuba ngumKristu.

80 in stock

Category: Tags: ,

Description

Angiboni ukuthi ukhona umbuzo omqoka ukwedlula lowo othi Ngabe ngingumKristu wangempela yini?Umbuzo uMfundisi McKinley asesisizile ukuwuphendula ngekhono elimangalisayo. Ukwazi ukuphonsela inselelo amakholwa-mbumbulu ebe futhi, ngesikhathi esifanayo, eduduza labo abangamakholwa ngokweqiniso. Indlela abhale ngayo uMcKinley kuyafinyeleleka kuyo, iyaheha, futhi icacile ngendlela engalahli okuwumsoco nokubalulekile ngamaqiniso awabekayo.

Okungihlabe kakhulu umxhwele ngendlela abhala ngayo isineke asikhuthaza ngaso ukuthi sicwaninge lombuzo omqoka kangaka, siwuhlole njengamaLunga omphakathi wamaKristu. Uma ungenaso isiqiniseko sokuthi bunjani ubudlelwano phakathi kwakho noNkulunkulu, noma kukhona omaziyo ongaqinisekanga, uma kunjalo lencwadi-ke ingeyakho.

Reviews

There are no reviews yet.

Be the first to review “Ngabe NgingumKristu Wangempela Yini? (Mike McKinley)”

Your email address will not be published. Required fields are marked *